
Izishoshovu zokuhlaliswa kwabantu zisengozini eThembisa
Ngenxa nje yokuba nesibindi sokubuza ngokungaphumeleli kohlelo lokutholelwa indawo entsha kwabantu abahlala emikhukhiwni besuswa kwenye sekufake amalungu Abahlali baseMjondolo enkingeni yokuzingelwa yizinkabi namaphoyisa kamasipala.